Ukungaphephi kwabafundi ezinkundleni zokufundela kunganqandwa ngokuthi kubhekisiswe kuqala ukuthi kudalwa yini ukungaphephi, bese kuqiniswa ezokuphepha, ubuchwepheshe bungasetshenziswa nabo ekwenzeni ukuphepha kwabafundi. Isibonelo: kunemishini efakwa ezindaweni zokuthenga lemishini yenza umsindo uma kudlula umuntu ophethe ummese noma isibhamu. ukuqasha omatshingelane kukodwa kuyawenza umahluko omkhulu kwezokupheka kwabafundi.
Ukungaphephi kwabafundi esikoleni kwenza abafundi bafunde ngokwesaba. Uma wesaba ayikho into ongayifunda, kuhle abafundi bafundiswe ngobungozi bokuphatha izikhali esikoleni. Ukuphatha kwabo izikhali kwenza abanye abafundi bangaphephi. Ukungabi kocingo oluqinile kwenza isigcwele-gcwele zingene kalula esikoleni.
When students feel unsafe in school they dont learn properly. Schools must employ security services with a good access control. There should be systems for weapons detention. Schools should be safe for students to learn.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |